28/09/2026
Kunzima kulomhlaba esiphila kuwo kumanje kunabantu abasebunzimeni kukhona abafisa ukuzibulala ngexa yezinkinga ababhekene nazo, kukhona abangasayazi injabulo behlala bekhala 😭. Into okumele ungayikhohlwa uhlale uyazi impilo yakho isezandleni🤲🏻 zakho futhi akekho ozokulawula ngempilo yakho uwena okumele uzicabangele into okumele uyenze iyodwa ukuthi wamukele unkulunkulu ngenhliziyo yakho yonke nangomoya wakho wonke uthandaze ngokujula ucele konke okufisayo awukho umthandazo unkulunkulu angeke awuphendule okumele ukwazi ukuthi konke kunesikhathi sakho ngeke kuze konke ngesikhathi esisodwa mawenzenjalo uzobona izinto zizozenzakalela unkulunkulu nabadala bakhona bayaphila ithemba ungalilahli konke kuzolunga unkulunkulu namathonga wakini akubusise🙏🏻🙏🏻