Snenhlanhla imbongikazi

Snenhlanhla imbongikazi Contactgegevens, kaart en routebeschrijving, contactformulier, openingstijden, diensten, beoordelingen, foto's, video's en aankondigingen van Snenhlanhla imbongikazi, Dameskledingzaak, kalkoenkrans, Amersfoort.

29/12/2022
21/12/2022

Unaye umntuโ™ฅ๏ธ๐Ÿ˜ญ๐Ÿ˜ป
๐Ÿ˜ญโค๏ธNGISHO umuntu owenza sure ukuthy ulala ujabullile๐Ÿ˜ญ๐Ÿ˜ป.umuntu ongenamahlon๐Ÿคž๐Ÿ˜ญkuth uthandana naye๐Ÿ˜”โค๏ธ...ngisho umuntu othy noma nixaBene still aqhubeke๐Ÿ˜ญโค๏ธ afune wenaโค๏ธ๐Ÿ˜ญ..umuntu othi ๐Ÿค’โค๏ธmawunaye uZiZwE uphelele๐Ÿค’โค๏ธ.
โค๏ธ๐Ÿ˜ญ๐ŸคžNgisho umuntu Who 'll point Yu in public and SaY ""that's my partner""โค๏ธ๐Ÿ˜ญ๐ŸŒ™...Aiibo bafeth...โค๏ธNgisho umuntu okutshela kuth yakuthanda ngisho nixaBene๐Ÿค’๐Ÿ˜ญโค๏ธ;;;Ngisho umuntu owenza sure kuth manixabene yaxolisaโค๏ธโ˜น๏ธ:::umuntu onendaba nawe ๐Ÿ˜ญโค๏ธ๐Ÿคž
๐Ÿ˜ญโค๏ธUnaye๐Ÿ˜ญโค๏ธ

19/11/2022

Sonke siphilela ukufa

๐Ÿ˜ญOh ye konje ngisazothwala inhlabath ngezifuba๐Ÿ˜ญ๐Ÿ™ yaz lomcabanga ufika nje ngisemcwabeni ngincwaba omunye wabafan engangikhula naye

Ukufa yaz kuyinkinga lomfana ngikhule naye ngifunda naye ubengumngan wam omkhulu kodwa ke namuhla sekuyiphupho konke lokhu kufika ngoba ngilibona ibhokis lakhe phambi kwam

Akazange agule ngisho nabakubo abazi kwenzeken izwake ukthi kwenzeken amanye amantombazane ayalibhubhisa izwe nje kalula

Umjitha wami ubizwe intombi yakhe kanti lentombi inobaba wengane ayizange ichaze kuye sahamba phela sayakhon nje ngamajitha

Wafika wasazisa yena ayisabonga muhle indoni yamanzi saqhela eduze nabo kwaqhamuka umfana nje wabingelela wandlula kith

Kuthe kusenjalo sezwa isililo sentombazan imemeza sagijim sayakhon umasifika uselele phansi sabuza ukuth kwenzeken wasichazel igaz libhobhoza kuhle kwamanz

Umngan wami uzewathula ethulela ezandleni zami ngilinde abosizo lokuqala kodwa akazange asizakal lala ngokuthula mnganami iyohlangan kwelizayo๐Ÿ˜ญ

19/11/2022

Kulesikhathi samanje

Kuleskhath samanj ngisho unganalo
Ikhona kodw ukuze uphumelele ngalo
Kumele ubenemali kuze ufeze iphupho lakho
Mawungenayo imali ufana nongena khono

Kunzima ukuphumelela ngekhon
Ngob noNkulunkulu ukupha ikhon kodw
Akucishe amandl okuba nemali kuze ukwaz ukufeza iphupho lakho

Kant futhi akusakholakali ukuthi unekhono
Kuze kubonakal lokho kumele ufunde ufundele ikhono owazalwa nalo ngob mawungenaso certificate ufana nongenalo ikhono

Kunzima ukuphil emhlaben ungenamali
๐Ÿ˜“๐Ÿ˜“๐Ÿ˜“๐Ÿ˜“๐Ÿ˜“๐Ÿ˜“๐Ÿ˜“๐Ÿ˜“๐Ÿ˜“๐Ÿ˜“๐Ÿ˜“๐Ÿ˜“๐Ÿ˜“๐Ÿ˜“๐Ÿ˜“๐Ÿ˜“๐Ÿ˜“๐Ÿ˜“๐Ÿ˜“๐Ÿ˜“๐Ÿ˜“๐Ÿ˜“๐Ÿ˜“๐Ÿ˜“๐Ÿ˜“๐Ÿ˜“๐Ÿ˜“๐Ÿ˜“๐Ÿ˜“๐Ÿ˜“๐Ÿ˜“๐Ÿ˜“๐Ÿ˜“๐Ÿ˜“๐Ÿ˜“๐Ÿ˜“๐Ÿ˜“๐Ÿ˜“๐Ÿ˜“๐Ÿ˜“๐Ÿ˜“๐Ÿ˜“๐Ÿ˜“๐Ÿ˜“๐Ÿ˜“๐Ÿ˜“๐Ÿ˜“๐Ÿ˜“๐Ÿ˜“๐Ÿ˜“๐Ÿ˜“๐Ÿ˜“๐Ÿ˜“๐Ÿ˜“

19/11/2022

Impilo iyismanga,
Wangihlula nawe nhliziyo ngoba kawuphakelwa,
Kokwakho ukudla uyazikhethela,
Othandweni uziphakele umqondo wothando,
Bheka manje sekubolile usengakudlelwa ngubani,
Uthando lungumadida abanye bethi baziphonsa bengazi,
Abanye baziphonsa bebhekile,
Oh muntu wabantu ngizwele,
Mina ungadlali ngani,
Eyami inhliziyo angifuni iphuke,
Othandweni ngintandane,
Ngafelwa ithemba no nothando,
Inhliziyo Yami benqakisana ngayo bey'khahlela,......
Bie pqla masangoโค๏ธ

Snenhlanhla Zwane II
26/10/2022

Snenhlanhla Zwane II

๐Ÿ”ฅโค
24/09/2022

๐Ÿ”ฅโค

Adres

Kalkoenkrans
Amersfoort

Openingstijden

09:00 - 17:00

Website

Meldingen

Wees de eerste die het weet en laat ons u een e-mail sturen wanneer Snenhlanhla imbongikazi nieuws en promoties plaatst. Uw e-mailadres wordt niet voor andere doeleinden gebruikt en u kunt zich op elk gewenst moment afmelden.

Snelkoppelingen

Delen