04/04/2022
🙎Malume angive ngikuthanda malume cela ungipha imali ya Ice cream ngifuna ukunika ubbe
🧔MshAna unentombi umncane kanje
🙎 Malume unayo na phela malume minangiyi sola
🧔 Mshanami ufuze umalume
🙎Cha cha angizwanga malume Angikaze ngakubona ume nentombi
🧔 Mshana sungena esandleni manje
🙎 Malume ngikhuluma iqiniso malume unayo imal
🧔 Mshana anginalutho
🙎 Malume ufunani emnyango ungenalutho
🧔Wena unani
🙎 Malume ngakutshengisa nje ubbe nginentombi mina wena awunalutho
🧔 Mshana fusegi mshana fusegi mshana fusegi hamba la
🙎Okusalayo nginamunto engimubiza NGO bbe wena lutho nje nawe Hamba😂😂😂