02/12/2021
The Rich Man And Lazarus.
Luke 16: 19to31
The Is No Rest In Peace Kumuntu Ofe Angazani Noma Exabene No Kristu ' Sesingayengana Nje Sithi Uphumulile Kodwa Uma Efe Engakholwanga, Wavuma Ukuthi UJesu Khristu UyiNkosi Futhi UyiNdodana KaNkulunkulu Akunakuphumula Nakuthula Kuloyo Muntu.
Yebazalwane Sinabantu abagule Is'khathi Eside_ Baze Baficwe Ukufa Bangamfuni uJesu Labobantu Labo Abazange Bakuthole Ukuphumula Nje Ngoba Ngikhuluma Nje Bafisa Ngath' Bangabuya Bazolungisa Indaba yabo noThixo.
KODWA Ngeshwa Selishonile Futhi Ubuhlungu ababuzwa Manje buWorse Kunalobu bebabuzwa Basengapha kwethuna. Kunendawo iHayidesi yabangamufuni uJesu , Indawo yobuhlungu Luke 16 : 24
So He Called out,' Father Abraham ! Take Pity on me, and send Lazarus to dip his Finger in some water and cool my tongue , because l am in great pain in this fire.
Kungazwakala kuyinganekwane KODWA mtasekhaya. Ukufa Kwakho kuyokushumayela kancono ngoJesu, The problem iskhathi Sokuphenduka Singasekho uma ufunda lepost awusindiswanga ngiyakuncenga ngobubele bukaKhristu.